>> Download the latest Awareness Publishing Book Catalogue
Amagugu Set of 8 books with 28 pp each [Series ISBN 978-1-77008-711-8]
| Idube elinguDudu | Ihlengethwa elinguHlekani | | Imvubu enguMvelo | Umakholwase onguKhanyisile | | Ibhele elinguBhekani | Ibhubesi elinguBhekifa | | Ikamela elinguKamuzu | I-orang-utan engu-Odwa |
Uchungechunge lwezincwadi eziyi-8 ezibhalelwe izingane. Incwadi ngayinye igxila esilwaneni bese ixoxa indaba egqamisa amagugu abalulekile nokubukwa kwezinto ngandlela thize. Izingane zizofunda ziqondisise imiphumela yezenzo zazo nezabanye ngokuthi zibheke ukuziphatha kwabalingiswa abakulezi zindaba.
IsiZulu | IsiXhosa | Setswana | Sesotho | Sepedi | English | Afrikaans |
Order this series now >>
Poster >> ISBN: 978-1-77008-720-0
Idube elinguDudu
ISBN 978-1-77008-712-5
Indaba ebhalelwe izingane ezisencane ekhombisa ukubaluleka kwamagugu anjengobuciko, ukusebenzisa umqondo nokuveza ukukwazi ukwenza izinto ngendlela obona ngayo eyehlukile kweyeningi.
[28pp]
Felicia Law
>> Start reading the book online
Ihlengethwa elinguHlekani
ISBN 978-1-77008-713-2
Indaba ebhalelwe izingane ezisencane ekhombisa ukubaluleka kobuqhawe nesibindi.
Imvubu enguMvelo
ISBN 978-1-77008-714-9
Indaba ebhalelwe izingane ezisencane ekhombisa ukubaluleka kokuthi ufunde ukuvimba ulaka lwakho.
Umakholwase onguKhanyisile
ISBN 978-1-77008-715-6
Indaba ebhalelwe izingane ezisencane ekhombisa ubuwula bokuzazisa ngokweqile kanye nezingozi zokubeka ukubukeka kwakho ngaphezu kwempilo nokuphepha kwakho.
Ibhele elinguBhekani
ISBN 978-1-77008-716-3
Indaba ebhalelwe izingane ezisencane ekhombisa ukuthi ukwabelana kungabakha kanjani ubungane obunamandla, nokuthi kuhle ukuba nabangane lapho kufika izikhathi zobunzima.
Ibhubesi elinguBhekifa
ISBN 978-1-77008-717-0
Indaba ebhalelwe izingane ezisencane ekhombisa ukuthi akukuhle ukuvilapha nokuthi kubalulekile ukuthi sonke sisebenze senze okufanele.
Ikamela elinguKamuzu
ISBN 978-1-77008-718-7
Ibali labantwana abancinane elibonisa ukuba ngokuya sikhula sinako ukuzimisela ngokuzenzela imisebenzi enzima ngokuthe kratya kwaye ukuze sikwazi ukukwenza oko sifanele ukuthenjwa nokusebenza nzima.
I-orang-utan engu-Odwa
ISBN 978-1-77008-719-4
Indaba ebhalelwe izingane ezisencane ekhombisa ukubaluleka kokusiza labo osondelene nabo. Ukuba lusizo kwenza impilo yakho kanye nezimpilo zabangane nomndeni wakho zithi ukuba lula.
Copyright © Awareness Publishing. All rights reserved.