Uchungechunge lokufundisa ngengculazi lwase-Afrika
Set of 8 books 24
pp each [Series ISBN 1-919910-56-5]
| Yini
isandulela-ngculazi i-HIV kanye nengculazi i-AIDS? | Ingculazi
e-Afrika | Izingane nengculazi |
Sinakekeleni futhi nisamukele
|
| Amalungelo nengculazi | Masakhane
| Ukuphila nengculazi | Amaqiniso mayelana nengculazi
| Afrikaans
| English
| Isindebele | Isixhosa | Isizulu |
Sepedi | Setswana | Tshivenda |
Xitsonga |
|
Yini
isandulela-ngculazi i-HIV kanye nengculazi i-AIDS?
Ihlinzeka izingane ngolwazi mayelana negciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV, okuyisandulela-ngculazi, ukuthi liyibangela kanjani ingculazi, ukuthi ibhebhetheka kanjani nokuthi ungayigwema kanjani.
Cecile
Mather
|
Order
this series now >>
|
Okuphakathi
- Isifo esibizwa ngokuthi yingculazi (i-AIDS)
- Yini ebangela
ingculazi?
- Iyini i-AIDS, ingculazi?
- Isandulela-ngculazi i-HIV nezinye izifo
- Sibhebhetheka kanjani isandulela-ngculazi
i-HIV?
- Ucansi nesandulela-ngculazi i-HIV
- Imijovo nesandulela-ngculazi i-HIV
- Isandulela-ngculazi i-HIV nokusoka
- Ukuzigcina uphephile
- Wena nesandulela-ngculazi i-HIV
|
|
Ingculazi
e-Afrika
Ihlinzeka izingane ngolwazi mayelana nokuhlolelwa igciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV, okuyisandulela-ngculazi, ukuthi ingculazi iyithinta kanjani i-Afrika, nokuthi ungabhekana kanjani nesehlakalo sengculazi emndenini wakho.
Cecile
Mather
|
Order
this series now >>
|
Okuphakathi
- Ingculazi
e-Afrika
- Ucwaningo lwesandulela-ngculazi i-HIV
- Ukuphila nesandulela-ngculazi i-HIV, nengculazi
- Ingculazi nokudla
- Izintandane zengculazi
- Imindeni nengculazi
- Ukukhuluma nabantu okuyibonabona
- Ukuba nolwazi ngengculazi
- Likhona yini ikhambi lokwelapha isandulela-ngculazi i-HIV
nengculazi?
- Ikhona yini imithi yokwelapha isandulela-ngculazi i-HIV nengculazi?
|
|
Izingane nengculazi
Lichaza ukuthi izingane zithinteka kanjani zithintwa yigciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV, okuyisandulela-ngculazi, ukuthi umuntu uyithola kanjani nokuthi kumele uziphathe kanjani uma unothile onayo.
Cecile
Mather
|
Order
this series now >>
|
Okuphakathi
- Izingane nengculazi
- Izinsana nengculazi
- Udaba lwengane ethile
- Izingane njengamaqhawe engculazi
- Izingane zikhuluma ngokusobala ngengculazi
- Ingculazi namaqiniso
- Ingculazi nesikole
- Yini abantwana abakhathazeka ngayo?
- Izinhlangano ezinceda izingane ezinengculazi
- Yini ongakwenza?
|
|
Sinakekeleni futhi nisamukele
Lixoxa indaba ngempilo yengane engumAfrika eyazalwa inegciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV, okuyisandulela-ngculazi, izinkinga eyaba nazo izama ukuya esikoleni, nokuthi igciwane lathuthuka kanjani laze laba
yingculazi.
Nkosi
Johnson
|
Order
this series now >>
|
Okuphakathi
- Isishoshovu sengculazi
- Ukuzalwa nengculazi
- Umama wami owangithola wase uyangamukela
- Ukwazi ngengculazi
- Ukuya esikoleni
- Akekho noyedwa owabe azi ngengculazi
- Umama wami uDaphne
- Ngiyakuzonda ukuba nengculazi
- Indawo yokukhosela kaNkosi
- Tshela abantu ngengculazi
|
|
Amalungelo nengculazi
Likhuluma ngamalungelo angokomthetho-sisekelo ezingane ngolwazi, ngokuvikelwa nangendawo yokuhlala ephephile, kanye nangamalungelo angokomthetho-sisekelo abantu abaphila negciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV, okuyisandulela-ngculazi, noma abaphila
nengculazi.
Cecile
Mather
|
Order
this series now >>
|
Okuphakathi
- Amalungelo nengculazi
- Ilungelo lokuthola ulwazi
- Ilungelo lokungena esikoleni
- Ilungelo lokuthola ukunakekelwa ngemithi
- Ilungelo lemithi
- Ilungelo lokusebenza
- Ilungelo lokuvikelwa
- Ilungelo lendawo ephephile
- Izishoshovu zengculazi
- Ukwenza okuyikho!
|
|
Masakhane
Lihlinzeka izingane ngolwazi lwalokho abantu abakwenzayo mayelana negciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV, okuyisandulela-ngculazi, nangengculazi; nangalokho abangakwenza ukuzivikela bona ngokwabo, nokuyivimbela ekubhebhethekeni.
Cecile
Mather
|
Order
this series now >>
|
Okuphakathi
- Ukusebenzisana ndawonye ukuvimbela ingculazi
- Ukukhombisa ukwesekela
- Imidwebo exwayisa nengculazi
- Izindwangu ezithungelwe ndawonye zesikhumbuzo
- Ukukhuluma ngesandulela-ngculazi i-HIV kanye nangengculazi
- Ukufundisa iqiniso
- Nikela ngokwenza okuthile
- Ososayensi bathungatha izimpendulo
- Ukuqhubela phambili ukuqonda ngengculazi
- Ukuzivikela ngumuthi ongcono kunayo yonke
|
|
Ukuphila nengculazi
Lihlinzeka izingane ngolwazi mayelana negciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV, okuyisandulela-ngculazi, ukuthi kwenzekani ngenkathi umuntu ethola isandulela-ngculazi i-HIV nokuthi umuntu angabhekana kanjani nalo.
Cecile
Mather
|
Order
this series now >>
|
Okuphakathi
- Impilo nengculazi
- Yavela kuphi ingculazi?
- Kwenzekani uma umuntu enesandulela-
ngculazi i-HIV?
- Umuntu angaba nesandulela-ngculazi i-HIV
ngaphandle kokuba nengculazi?
- Wazi kanjani othile ukuthi unesandulela-ngculazi
i-HIV?
- Ukwamukela isandulela-ngculazi
i-HIV
- Ukuhlala uphilile nesandulela-ngculazi
i-HIV
- UThemba noLindy
- Ukuphila ukhululekile nesandulela-ngculazi
i-HIV
- Ukuphila nethemba
|
|
Amaqiniso mayelana nengculazi
Likhuluma ngezinganekwane ezinhlobonhlobo mayelana negciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV,
okuyisandulela-ngculazi, nangengculazi, futhi linikeza isiqinisekiso ngamaqiniso okuthi nanoma ngubani angalithola leli gciwane. Lichaza ukuthi isandulela-ngculazi I-HIV sibhebhetheka kanjani kanye nokuthi ungazivikela kanjani.
Cecile
Mather
|
Order
this series now >>
|
Okuphakathi
- Izindaba ezingewona amaqiniso ngengculazi
- Isandulela-ngculazi i-HIV sandiswa ikakhulu amanzana avela uma nisocansini futhi nangegazi
- Isandulela-ngculazi i-HIV angeke sadlulela ngale kwesikhumba esingaqhekekanga
- Noma ngubani angayithola ingculazi
- Ingculazi iyisifo nje
- Ungeke umbone ngamehlo umuntu
onesandulela-ngculazi i-HIV
- Abantu abatholi isandulela-ngculazi ngoba bengabantu ababi
- Ingculazi ayibangelwa ubuthakathi
- Imijovo ayiyandisi ingculazi
- Ungazivikela kwisandulela-ngculazi i-HIV
|